Logo Lanfrica

Yanguya995/IsiZulu_lang

Domain:

natural language processing
Creator:
Yan
Host:
A smal programming language that is losely typed in isiZulu and interpreted by python # IsiZulu_lang Lolu wulimi lwe zama computer olubhalwa nge siZulu kodwa ngaphakathi bese lusebenzisa ubuciko be python uku xhumana ne computer noku dlulisa umlayezo ebuchuleni be computer. # Ngaphambu koku sebenzisa lobu buciko 1) kufanele u install i python 2) kufanele ucele u gogo akuphe ama kuku akade ewa bhaka ngayizolo, wenze itiye bese uhlala phansi # uku qala ukusebenzisa lobu buciko 1) Ku cmd ngena ku ~/lang/main kule folder ogcine kuyo lama fayela owa download lapha 2) Ku cmd bhala ukuthi python basic.py test.lang 3) Kufanele ibhale okuthile okuzobe kubekwe ku test.lang uma kukhona okushintshayo ukuze lo limi lubhale umbhale ohlukile lokho ukwenza ku test.lang # uku ngeza ebucikweni 1) Khanda i folder yakho efana ne POCFoundAPrint 2) Igama oyipha lona lizohambisana nalokhu ekufanele ikwenze leyo module ofuna ukuyi xhuma. eg POCFoundAString i module ezobheka ku test.lang ithole imininingwane efana nalena okuthiwa ama strings ("string"). izothin ingathola le mininingwane ebese yena oluthile ngalokho. 3) Uma usu chazekile ngoku sebenza ko buciko osanda kubu khanda uzobese uya ku basic.py oku lang/main u add lobuciko bakho ukuthi bu sebenzisane nalobo osebuvele bukhona. 4) Uzobe usu ku commit konke lokho, lapha okade wenza ku POC.. no shintsho olubhale ku lang/main/basic.py # konke lokhu okubhalwe lapha kuse ngashintsha # Smile :)

Languages